Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 10:8 - Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Esebalandisile zonke lezo zinto, wabathuma eJopha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 wabalandisa konke, wabathumela eJopha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 wabachazela konke, wayesebathumela eJopha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Esebalandisile zonke lezo zinto, wabathuma eJopha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 10:8
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi uPetru esangabaza phakathi kwakhe ukuthi uyini lowo mbono awubonileyo, bheka, amadoda abethunyiwe evela kuKorneliyu ayebuzile indlu kaSimoni, emi ngasesangweni;


Ngakho ngithumela masinyane kuwe; futhi wenze kahle ukuthi uze. Manje-ke sikhona sonke phambi kukaNkulunkulu ukuba sizwe konke okuyalelwe nguNkulunkulu.


Kwathi isimukile ingelosi eyayikhuluma noKorneliyu, wabiza ababili bendlu yakhe nebutho elikholwayo kulabo ababemlindile njalo;


Ngakho-ke, nkosi Agripha, angibanga ngongalaleliyo umbono wasezulwini;


EJopha kwakukhona umfundikazi othile ogama lakhe linguThabitha, okungukuthi uDorka ngokuhunyushwa;


Ngokuba iLida laliseduze neJopha, nabafundi bezwile ukuthi uPetru ukhona, bathuma kuye amadoda amabili, bemcela ukuba angalibali ukuza kubo.


Kwase kwaziwa kuyo yonke iJopha; abaningi bakholwa yiNkosi.


Kwathi wahlala izinsuku eziningi eJopha noSimoni othile, umshuki.


ukwembula iNdodana yakhe kimi, ukuze ngiyishumayele phakathi kwabezizwe; masinyane angibuzanga lutho ngenyama negazi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka