Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsAmbulo 2:19 - Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Ngiyayazi imisebenzi yakho, nothando, nokukhonza, nokukholwa, nokubekezela kwakho, nemisebenzi yakho; futhi abokugcina babe baningi kunezokuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngiyayazi imisebenzi yakho, nothando, nokukholwa, nokukhonza, nokubekezela kwakho, nokuthi imisebenzi yakho yokugcina miningi kuneyokuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 ngiyayazi imisebenzi yakho, uthando, ukukholwa, ukukhonza nokubekezela kwakho, nokuthi imisebenzi yakho yokugcina miningi kuneyokuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngiyayazi imisebenzi yakho, nothando, nokukhonza, nokukholwa, nokubekezela kwakho, nemisebenzi yakho; futhi abokugcina babe baningi kunezokuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsAmbulo 2:19
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwathi seziphelile izinsuku zokukhonza kwakhe, wamuka waya endlini yakhe.


Amagatsha wonke akimi angatheli isithelo uyawasusa;


Phezu kwakho konke lokho yembathani uthando, oluyisibopho sokuphelela.


Kodwa khathesi uThimothi esefikile kithi evela kini, esibikele izindaba ezinhle zokukholwa kwenu lothando lwenu, lokuthi lihlala lisikhumbula okuhle, lifisa kakhulu ukusibona, njengoba lathi silibona;


Simelwe ukubonga uNkulunkulu njalo ngani, bazalwane, ngokufaneleyo, ngokuba ukholo lwenu lukhula kakhulu, nothando lwenu nonke ngabanye luyevama;


Kepha isiphetho somyalo siluthando oluphuma enhliziyweni ehlanzekileyo, nakunembeza omuhle, nasekukholweni okungazenzisi;


Phezu kwakho konke yibani nothando oluvuthayo phakathi kwenu, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono.


Ekumesabeni uNkulunkulu ububele bobuzalwane; nasethandweni lobuzalwane uthando.


Kepha khulani emseni nasekwazini iNkosi noMsindisi wethu uJesu Kristu. Inkazimulo mayibe kuye manje kuze kube phakade. Amen.


Ngiyayazi imisebenzi yakho, lalapho ohlala khona, lalapho isihlalo sikaSathane sikhona; njalo ulibambile ibizo lami, kawuphikanga ukholo lwami, langalezonsuku uAntipasi engumfakazi wami othembekileyo, owabulawa phakathi kwenu, lapho uSathane ehlala khona.


Ngiyayazi imisebenzi yakho, nosizi, nobumpofu, (kodwa ucebile) futhi ngiyakwazi nenhlamba yalabo abathi bangamaJuda, kanti bengesiwo, kodwa isinagoge likaSathane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka