Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsAmbulo 14:9 - Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Ingelosi yesithathu yabalandela, isithi ngezwi elikhulu: “Uma umuntu ekhuleka isilo nomfanekiso waso, amukele uphawu ebunzini lakhe, noma esandleni sakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Yalandela enye ingelosi yesithathu, ithi ngezwi elikhulu: “Uma kukhona okhuleka kuso isilo nomfanekiso waso, elwamukela futhi uphawu ebunzini lakhe noma esandleni sakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

9 Kwabuye kwalandela futhi enye ingelosi yesithathu yamemeza ngezwi elikhulu, ithi: “Uma kukhona okhonza isilo nomfanekiso waso, nofumene futhi uphawu ebunzini lakhe noma esandleni sakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ingelosi yesithathu yabalandela, isithi ngezwi elikhulu: “Uma umuntu ekhuleka isilo nomfanekiso waso, amukele uphawu ebunzini lakhe, noma esandleni sakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsAmbulo 14:9
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umusi wokuhlushwa kwabo ukhuphuka kuze kube phakade naphakade; abanakuphumula imini nobusuku abakhuleka kuso isilo nomfanekiso waso, nalowo owamukela uphawu lwegama laso.


Eyokuqala yahamba, yathululela isitsha sayo emhlabeni; kwasekuvela isilonda esibi esibuhlungu phezu kwabantu ababelophawu lwesilo, labo abakhonza umfanekiso waso.


esithi: Lingawoni umhlaba, lolwandle, lezihlahla, size sibeke uphawu izinceku zikaNkulunkulu wethu emabunzini azo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka