Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsAmbulo 12:6 - Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Owesifazane wabalekela ehlane, lapho enendawo ayilungiselwe nguNkulunkulu, ukuba bamondle khona izinsuku eziyinkulungwane namakhulu amabili namashumi ayisithupha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Owesifazane wayesebalekela ehlane, lapho enendawo ayilungiselwe nguNkulunkulu, ukuba bamondle izinsuku eziyinkulumgwane namakhulu amabili namashumi ayisithupha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Owesifazane wabalekela ehlane, lapho enendawo ayeyilungiselelwe nguNkulunkulu, ukuba anakekelwe izinsuku eziyi-1 260.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Owesifazane wabalekela ehlane, lapho enendawo ayilungiselwe nguNkulunkulu, ukuba bamondle khona izinsuku eziyinkulungwane namakhulu amabili namashumi ayisithupha.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsAmbulo 12:6
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USathane wayesemshiya; bheka, kwafika izingelosi, zamkhonza.


Owesifazane wanikwa amaphiko amabili okhozi olukhulu, ukuze andizele ehlane, endaweni yakhe, lapho ondliwa khona isikhathi, nezikhathi, nenxenye yesikhathi, kude nobuso benyoka.


Umsila wawo wadonsa okwesithathu kwezinkanyezi zezulu, waziphonsa emhlabeni;


Sanikwa umlomo wokukhuluma izinto ezinkulu nenhlamba; kwasekunikwa kuye ukuthi aqhubeke izinyanga ezingamashumi amane nambili.


Yangiyisa ehlane ngikuMoya; ngabona owesifazane ehlezi phezu kwesilo esibomvu, sigcwele amagama enhlamba, sinamakhanda ayisikhombisa nezimpondo eziyishumi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka