Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




EkaJuda 1:17 - Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kepha nina bathandekayo, khumbulani amazwi akhulunywe ngaphambili ngabaphostoli beNkosi yethu uJesu Kristu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kepha nina bathandekayo, khumbulani amazwi akhulunywe phambili ngabaphostoli beNkosi yethu uJesu Kristu

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 Kepha nina bathandekayo, khumbulani amazwi akhulunywe kini phambilini ngabaphostoli beNkosi yethu uJesu Khristu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kepha nina bathandekayo, khumbulani amazwi akhulunywe ngaphambili ngabaphostoli beNkosi yethu uJesu Kristu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




EkaJuda 1:17
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kukho konke nginibonisile, ukuthi ngokushikashikeka kanje kufanele nisize ababuthakathaka, nikhumbule amazwi eNkosi uJesu, ukuthi yathi: ‘Kubusisekile ukupha kunokwamukela.’


Nakhiwe phezu kwesisekelo sabaphostoli nabaprofethi, uJesu Kristu uqobo lwakhe eyitshe legumbi;


Wapha abanye ukuthi babe ngabaphostoli; labanye abaprofethi; labanye, abavangeli; labanye bangabelusi labafundisi;


Thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? eyaqala ukukhulunywa yiNkosi, yaqinisekiswa kithi yilabo abayizwayo;


ukuze likhumbule amazwi akhulunywa ngaphambili ngabaprofethi abangcwele, lomlayo wethu thina baphostoli beNkosi loMsindisi;


Thina singabakaNkulunkulu; omaziyo uNkulunkulu uyasizwa; ongesiye okaNkulunkulu akasizwa. Ngalokhu siyazi umoya weqiniso nomoya wokuduka.


Bathandekayo, ngisenza inkuthalo yonke ukulibhalela ngensindiso esihlanganyelo ngayo, kwadingeka ukuba nginilobele, nginikhuthaze ukuba nilulwele kanzima ukholo olwanikelwa kwabangcwele kanye.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka