Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




URuthe 3:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Angithi uBowazi owawunamantombazana akhe uyisihlobo sethu na? Bheka, uyela ibhali* kusihlwa esibuyeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 UBhowazi lona obusebenza nezincekukazi zakhe akayiso yini isihlobo sethu esisondele, na? Bheka, namuhla kusihlwa uyokwela ibhali esibuyeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Manje uBhowazi akayena owesizukulwane sethu, okabani izintombi zakho? Bheka, uzuza ibhali kulobubusuku esibuyeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




URuthe 3:2
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Baya, bafika eGoreni Hathadi elingaphesheya kweJordani; lapho bakhala nokukhala impela, okunzima kakhulu; wamenzela uyise isililo izinsuku eziyisikhombisa.


UNawomi wayenesihlobo somyeni wakhe, umuntu ocebileyo, owomndeni ka-Elimeleki, igama lakhe linguBowazi.


UBowazi wayesethi kuRuthe: “Angithi uyezwa, ndodakazi yami? Ungayi ukukhothoza kwenye insimu, futhi ungasuki lapha, kepha namathela kuwo amantombazana ami lapha.


UNawomi uninazala wathi kuye: “Ndodakazi yami, angiyikukufunela ukuphumula ukuba kube kuhle kuwe na?


Ngakho-ke geza, ugcobe, ugqoke isambatho sakho, wehlele esibuyeni, kepha ungazazisi kulowo muntu, aze aqede ukudla nokuphuza.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka