UNumeri 5:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE21 umpristi uyakufungisa owesifazane ngesifungo sesiqalekiso, umpristi athi kowesifazane: “UJehova makakwenze isiqalekiso nesifungo phakathi kwabantu bakini, lapho uJehova eshwabanisa ithanga lakho, avuvukalise isisu sakho. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202021 umphristi uyomfungisa owesifazane ngesifungo sesiqalekiso, athi: “USimakade makakwenze isiqalekiso nesifungo sesiqalekiso kwabakini; uSimakade ashwabanise ithanga lakho, avuvukalise nesisu sakho; Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202421 Khona-ke umpristi kumelwe afungise owesifazane ngesifungo sesiqalekiso, futhi umpristi kumelwe athi kowesifazane: “UJehova uyokwenza isiqalekiso nesifungo phakathi kwabantu bakini, uma uJehova evusa inqulu yakho nesisu sakho. Uka jalj uñjjattʼäta |