Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 4:48 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 labo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu ayisihlanu namashumi ayisishiyagalombili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

48 labo ababalwayo kubo, babeyizi-8 580.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

48 labo ababalwayo babe yizinkulungwane eziyisishiyagalombili namakhulu amahlanu namashumi ayisishiyagalombili.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 4:48
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

AmaLevi abalwa kusukela kwaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu; umumo wawo ngezinhloko zawo, indoda ngendoda, wawuyizinkulungwane ezingamashumi amathathu nesishiyagalombili.


Bonke ababalwayo bamaLevi ababalwa nguMose nangu-Aroni ngesiyalezo sikaJehova ngemindeni yabo, bonke abesilisa kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, babe yizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili.


kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu, bonke abangena ukwenza umsebenzi wenkonzo nomsebenzi wokuthwala etendeni lokuhlangana,


“Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina.”


Khona abaFarisi basuka, bacebisana ukuba bamhile ngezwi.


Kepha isango lincane nendlela iyingcingo eyisa ekuphileni; bayingcosana abayifumanayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka