Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 4:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Nakhu okuzakugcinwa yibo ukuba bakuthwale ngokomsebenzi wabo wonke etendeni lokuhlangana: amapulangwe etabernakele,* nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

31 Nakhu abayalwa ukuba bakwenze, okungumsebenzi wabo ethendeni lokuhlangana: ukuthwala amapulangwe ethabanakeli, imishayo yalo, izinsika zalo, izinyawo zalo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Lena yinkonzo yomthwalo wabo ngokwenkonzo yabo yonke etendeni lokuhlangana; izinsika zetabernakele, nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 4:31
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Uyakwenza amapulangwe etabernakele ngomuthi womtholo, amiswe.


kusukela kwabaneminyaka engamashumi amathathu kuya phezulu kuze kube kwabaneminyaka engamashumi ayisihlanu wobabala bonke abangena emsebenzini ukwenza umsebenzi wetende lokuhlangana.


nezinsika zegceke nxazonke, nezinyawo zazo, nezikhonkwane zazo, nezintambo zazo, nempahla yonke yazo, nenkonzo yonke yazo, nibamisele ngamagama impahla abafanele ukuyithwala.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka