UNumeri 35:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 “Imizi eniyakuyinika amaLevi iyakuba yimizi eyisithupha yokuphephela, eniyakuyinika umbulali ukuba abalekele kuyo; ngaphandle kwayo niyakuwanika imizi engamashumi amane nambili. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 “Imizi eniyoyinika abaLevi iyoba yimizi eyisithupha yokuphephela, lapho umbulali eyobalekela khona ukuba aphephe kuyo. Ngaphandle kwayo, niyobanika imizi engama-42. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Futhi phakathi kwemizi eniyoyinika amaLevi, kumelwe kube nemizi eyisithupha yesiphephelo, eniyoyimisela umuntu obulele, ukuze abalekele khona; naphezu kwalokho niyakwenezela imizi engamashumi amane nambili. Uka jalj uñjjattʼäta |
Niyakulinganisa ngaphandle komuzi izingalo eziyizinkulungwane ezimbili ngasempumalanga, nezingalo eziyizinkulungwane ezimbili ngaseningizimu, nezingalo eziyizinkulungwane ezimbili ngasentshonalanga, nezingalo eziyizinkulungwane ezimbili ngasenyakatho, umuzi ube phakathi. Lokho kuyakuba ngamadlelo emizi yawo.