Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 32:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 UJayire indodana kaManase wahamba wathatha imizana yalo, wayibiza ngokuthi iHawoti Jayire.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

41 UJayiri, indodana kaManase, wahamba wadla imizana yalo, wayibiza ngokuthi yiHawothi Jayiri.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

41 UJayire indodana kaManase wahamba wathatha imizana yakhe, wayibiza ngokuthi iHavoti-Jayire.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 32:41
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

noBeni Geberi eRamoti Gileyadi, okwakungeyakhe imizi kaJayire indodana kaManase ekwaGileyadi, nezwe lase-Arigobi eliseBashani, imizi engamashumi ayisithupha enezingange nemigoqo yethusi,


UJayire indodana kaManase wathatha sonke isifunda sase-Arigobi kuze kube semkhawulweni wamaGeshuri nowamaMahakhathi, wasibiza – lona iBashani – ngegama lakhe ngokuthi iHawoti Jayire kuze kube namuhla.


Umkhawulo wabo wasuka eMahanayimi: lonke iBashani, wonke umbuso ka-Ogi inkosi yaseBashani, nayo yonke imizi yeJayire eseBashani, imizi engamashumi ayisithupha,


Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amathole ezimbongolo angamashumi amathathu; ayenemizi engamashumi amathathu ethiwa iHavoti Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka