Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 3:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Imindeni yamaGereshoni iyakumisa emva kwetabernakele* ngasentshonalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

23 Imindeni kaGereshoni iyakukanisa emva kwethabanakeli ngasentshonalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Imindeni yamaGereshoni kumelwe ikanise ngemva kwetabernakele ngasentshonalanga.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 3:23
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha amaLevi ayakumisa nxazonke zetabernakele* lobufakazi, ukuze kungabikho lulaka phezu kwenhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, amaLevi agcine izimfanelo zetabernakele lobufakazi.”


Itende lokuhlangana liyakusuka kanye nekamu lamaLevi, liphakathi kwamakamu; njengalokhu bemisa, kanjalo bayakusuka, kube yilowo nalowo muntu endaweni yakhe, ngamabhanela* abo.


Labo ababalwayo kubo njengokomumo wabesilisa bonke kusukela kwabanenyanga kuya phezulu, ababalwayo kubo babe yizinkulungwane eziyisikhombisa namakhulu ayisihlanu.


Isikhulu sendlu kayise wamaGereshoni siyakuba ngu-Eliyasafa indodana kaLayeli.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka