Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 28:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 kepha ninikele ngomnikelo womlilo, umnikelo wokushiswa kuJehova, amaduna amabili, nenqama ibe nye, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa ezinomnyaka munye, zibe ngezingenasici kini,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Niyonikela kuSimakade ngomnikelo womlilo, umnikelo wokushiswa: amaduna amabili, inqama, izimvu ezingamaduna eziyisikhombisa ezinyaka munye, futhi ezingenasici.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Niyakunikela ngomnikelo womlilo njengomnikelo wokushiswa kuJehova; izinkunzi ezimbili, inqama eyodwa, nezimvu zamawundlu eziyisikhombisa ezinomnyaka munye; angabi nasici kini.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 28:19
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ayisusa iminikelo yokushiswa ukuba ayabele njengamaqembu ezindlu zawoyise babantu besizwe, ukuze banikele ngayo kuJehova njengokulotshiweyo encwadini kaMose. Enze njalo nakuzo izinkabi.


“ ‘Uma umnikelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wemihlambi, uyakunikela ngeduna elingenasici, anikele ngalo ngasemnyango wetende lokuhlangana, aze amukeleke kuJehova.


Noma yintoni enesici aniyikunikela ngayo; ngokuba aniyikwamukeleka ngayo.


kanye nomnikelo wazo wempuphu, impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, ninikele ngokweshumi okuthathu ngenkunzi nangokweshumi okubili ngenqama,


Niyakunikela ngazo ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu, zibe ngezingenasici kini, kanye neminikelo yazo yokuphuzwa.


kepha ninikele ngomnikelo wokushiswa kuJehova ube yiphunga elimnandi: iduna, nenqama, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa ezinomnyaka munye, zibe ngezingenasici kini,


Uma linesici, liqhuga, noma liyimpumputhe, noma yisiphi isici, awuyikunikela ngalo kuJehova uNkulunkulu wakho.


Uyakunikela ngephasika kuJehova uNkulunkulu wakho ezimvini nasezinkomeni endaweni uJehova ayakuyikhetha ukuba kuhlale igama lakhe kuyo.


kodwa ngegazi elinqabileyo likaKristu kungathi elewundlu elingenacala, elingenabala;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka