Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 24:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 ‘Noma uBalaki ebeyakunginika indlu yakhe igcwele isiliva negolide, anginakulidlula izwi likaJehova ngenhliziyo yami ukwenza okuhle noma okubi; akukhulumayo uJehova lokhu ngiyakukukhuluma,’ na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 ‘Noma ngabe uBhalaki ubenganginika isigodlo sakhe sigcwele phama isiliva negolide, anginakuleqa izwi likaSimakade ngenze noma yini, okuhle noma okubi, ngizosho kuphela lokho uSimakade azongitshela ukuthi ngikusho na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uma uBalaki ebethanda ukunginika indlu yakhe igcwele isiliva negolide, anginakweqa umyalo kaJehova ukuba ngenze okuhle noma okubi engqondweni yami; kepha lokho uJehova akushoyo, ngiyakukhuluma khona na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 24:13
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha lowo muntu kaNkulunkulu wathi enkosini: “Noma unginika inxenye yendlu yakho, angiyikuya khona nawe; futhi angiyikudla isinkwa, ngiphuze amanzi kuleyo ndawo;


Kepha uMikhaya wathi: “Kuphila kukaJehova, lokhu uJehova akushoyo kimi, lokhu ngiyakukhuluma khona.”


UMose wathi: “Niyakwazi ngalokhu ukuthi uJehova ungithumile ukwenza yonke le misebenzi, ngokuba angiyenzanga ngowami umqondo.


UBileyamu waphendula wathi kuzo izinceku zikaBalaki: “Noma uBalaki ebeyakunginika indlu yakhe igcwele isiliva negolide, anginakulidlula izwi likaJehova uNkulunkulu wami ukwenza okuncane nokukhulu.


UNkulunkulu weza kuBileyamu ebusuku, wathi kuye: “Uma amadoda efika ukukubiza, vuka uhambe nawo; kepha lelo zwi kuphela engilikhuluma kuwe uyakulenza.”


Wathi-ke kuwo: “Hlalani lapha lobu busuku, nginibuyisele izwi, njengalokhu uJehova eyakukhuluma kimi.” Izikhulu zakwaMowabi zahlala-ke kuBileyamu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka