Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 22:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 UJehova wavula umlomo wembongolo, yathi kuBileyamu: “Ngenzeni kuwe ukuba ungishaye kathathu na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

28 USimakade wayivula umlomo imbongolo, yathi kuBhileyamu: “Ngenzeni kuwe ungaze ungishaye amahlandla amathathu, na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

28 I Nkosi yasivula umlomo wembongolo, yathi kuBalami: Ngenzeni kuwe ukuthi ungitshaye kathathu?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 22:28
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehova wayesethi kuye: “Ngubani owenzile umlomo womuntu na? Ngubani owenza isimungulu, nesithulu, nobonayo, nempumputhe na? Akusimina, uJehova, na?


UBileyamu wathi embongolweni: “Ngokuba ungiswabulele; sengathi ngabe kukhona inkemba esandleni sami, ngokuba ngabe sengikubulele.”


Ngokuba akukho lutho olungenzeke kuNkulunkulu.”


Ngokuba siyazi ukuthi konke okudaliweyo kuyabubula kanyekanye kunezinseka kuze kube manje;


Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngiyakuchitha ukuhlakanipha kwabahlakaniphileyo, nokuqonda kwabaqondileyo ngikwenze ize.”


kepha waba nokusolwa ngenxa yokweqa kwakhe umthetho: imbongolo eyisimungulu yakhuluma ngezwi lomuntu, yanqabela ukuhlanya komprofethi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka