UNumeri 22:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Imbongolo yayibona ingelosi kaJehova, yazigqula odongeni, yalimaza unyawo lukaBileyamu ngasodongeni; wabuye wayishaya. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202025 Imbongolo yaphinde yayibona ingelosi kaSimakade, yagudla yencika ngasodongeni, kwalimala unyawo lukaBhileyamu. Waphinde wayishaya. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202425 Imbongolo yabona ingelosi kaJehova, yazicindezela odongeni nonyawo lukaBileyamu odongeni, wamshaya futhi. Uka jalj uñjjattʼäta |