Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 21:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UMose wathuma ukuhlola iJazeri, bathatha imizi yalo, baxosha ama-Amori ayelapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

32 UMose wathumela izinhloli ukuhlola iJazeri, balidla, bathatha imizi yalo, bawaxosha ama-Amori ayelapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UMose wathuma ukuhlola iJazeri, bathatha imizi yalo, bawaxosha ama-Amori abekhona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 21:32
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

nama-Amori, namaKhanani, namaGirigashi, namaJebusi.”


Bawela iJordani, bamisa e-Aroweri ngakwesokunene komuzi ophakathi nesigodi sakwaGadi ngaseJazeri;


Ngiyakukhalela wena mvini waseSibima kunokukhala kukaJazeri; amagatsha akho adlulile ulwandle, afinyelela elwandle lwakwaJazeri; umchithi uthelekele phezu kwezithelo zenu namavini enu.


Kanjalo u-Israyeli wahlala ezweni lama-Amori.


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi babenemfuyo eningi, nalapho belibona izwe laseJazeri nezwe lakwaGileyadi ukuthi leyo ndawo iyindawo yezinkomo,


“I-Atharoti, neDiboni, neJazeri, neNimra, neHeshiboni, ne-Elehale, neSebamu, neNebo, neBehoni,


ne-Athiroti Shofanu, neJazeri, neJogibeha,


Umkhawulo wabo wawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nenxenye yezwe labantwana bakwa-Amoni, kuze kufike e-Aroweri elingaphambi kweRaba,


Ngathuma iminyovu phambi kwenu eyawaxosha phambi kwenu amakhosi omabili ama-Amori, kungengankemba yakho noma ngomnsalo wakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka