Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 21:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 basuka eBamoti, baya esigodini esisezweni lakwaMowabi nasesiqongweni sasePisiga, elibheke ngenzansi ngasehlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 Basuka eBhamothi, baya esifundeni sakwaMowabi nasesiqongweni iPhisiga, elibheke ezansi ngasehlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 basuka eBamoti esigodini esisezweni lakwaMowabi, baze bafika esiqongweni sasePisiga elibheke eJesimoni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 21:20
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Basuka eMathana, baya eNahaliyeli; basuka eNahaliyeli, baya eBamoti;


U-Israyeli wathuma izithunywa kuSihoni inkosi yama-Amori, wathi:


Abantwana bakwa-Israyeli bahamba, bamisa emathafeni akwaMowabi ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko.


Wamyisa ensimini yaseSofimu esiqongweni sasePisiga, wakha ama-altare ayisikhombisa, wanikela ngenkunzi nangenqama kulelo nalelo altare.


UBalaki wamyisa uBileyamu esiqongweni sasePeyori elibheke ngenzansi ngasehlane.


Yilabo ababalwa nguMose nangu-Eleyazare umpristi ababala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko.


Ngaphesheya kweJordani ezweni lakwaMowabi uMose waqala ukuchasisela lo mthetho ngokuthi:


Khuphukela esiqongweni sasePisiga, uphakamisele amehlo akho ngasentshonalanga, nangasenyakatho, nangaseningizimu, nangasempumalanga, ulibheke ngamehlo akho, ngokuba awuyikuliwela leli Jordani.


UMose wakhuphuka emathafeni akwaMowabi, waya entabeni yaseNebo esiqongweni sasePisiga esimalungana neJeriko. UJehova wamtshengisa izwe lonke lakwaGileyadi kwaze kwaba kwaDani,


nalo lonke i-Araba ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, kuze kube seLwandle lwase-Araba phansi kwemithambeka yasePisiga.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka