Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 19:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 umuntu ohlambulukileyo athabathe ihisopi,* aligcobhoze emanzini, afafaze ngawo itende, nezitsha zonke, nabantu ababelapho, nowathinta ithambo, noma ababuleweyo, noma abafileyo, noma ithuna,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

18 umuntu ohlambulukileyo uyothatha ihisopi, aligcobhoze emanzini, afafaze ngawo ithende, nezitsha zonke, nabantu abalapho, nalowo othinte ithambo, noma obuleweyo, noma isidumbu, noma ithuna.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Umuntu ohlanzekile kumelwe athathe ihisopi alicwilise emanzini awafafaze phezu kwetende naphezu kwazo zonke izitsha naphezu kwabantu ababelapho, nakulowo othinte umlenze noma oshaywayo noma onawo. Ukufa, noma ithuna:

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 19:18
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngihlanze ngehisopi,* ngihlambuluke; ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.


Fihla ubuso bakho ezonweni zami, wesule zonke izenzo zami ezimbi.


kanjalo iyakwethusa izizwe eziningi; amakhosi ayakuvala imilomo yawo ngenxa yayo, ngokuba lokho angatshelwanga khona ayakukubona, nalokho angakuzwanga ayakukuqonda.


“ ‘Abangcolileyo bayakuthatha umlotha wokushayo komnikelo wesono, namanzi agobhozayo ayakuthelwa kanye nawo esitsheni,


umuntu ohlambulukileyo amfafaze ongcolileyo ngosuku lwesithathu nangosuku lwesikhombisa, amphothule ngosuku lwesikhombisa, ahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, ahlambuluke ngakusihlwa.


“ ‘Umuntu ohlambulukileyo uyakubutha umlotha wesithole, awubekele ngaphandle kwekamu* endaweni ehlambulukileyo, ugcinelwe inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli kube ngamanzi okuphothula; kungumnikelo wesono.


Bangcwelise ngeqiniso, izwi lakho liyiqiniso.


Ngiyazingcwelisa ngenxa yabo ukuba bangcweliswe nabo ngeqiniso.


Kepha ngaye nikuJesu Kristu owenzelwe thina ukuhlakanipha okuvela kuNkulunkulu nokulunga kanye nokungcweliswa nokuhlengwa,


kakhulu kangakanani igazi likaKristu owazinikela kuNkulunkulu ngoMoya ophakade engenacala lizakuhlanza unembeza wethu emisebenzini efileyo, ukuze sikhonze uNkulunkulu ophilayo.


Ngokuba isikhulunyiwe imiyalelo yonke ngokomthetho nguMose kubantu bonke, wayesethatha igazi lamathole nelezimbuzi kanye namanzi noboya obubomvu nehisopi*, wafafaza incwadi nabantu bonke,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka