Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 16:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UKora kaJisihari kaKohati kaLevi, kanye noDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe, no-Oni indodana kaPheleti, amadodana kaRubeni, bathatha amadoda,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 UKhora, indodana kaJizihari, kaKhohathi kaLevi, ekanye namadodana amabili kaRubeni, uDathani no-Abhiramu, ababezalwa ngu-Eliyabe no-Oni ozalwa nguPhelethi baqoqa amadoda,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UKora, indodana kaJisihari, indodana kaKohati, indodana kaLevi, noDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe, no-Oni, indodana kaPheleti, amadodana kaRubeni, bathatha amadoda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 16:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Baba nomhawu ngoMose ekamu,* nango-Aroni ongcwele kaJehova.


Lawa angamagama amadodana kaLevi ngezizukulwane zawo: ngoGereshoni, noKohati, noMerari; iminyaka yokuhamba kukaLevi yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nesikhombisa.


Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.


Amadodana kaJisihari: ngoKora, noNefegi, noZikiri.


NginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibithe, ngibe nguNkulunkulu wenu; nginguJehova uNkulunkulu wenu.”


“Ubaba wafela ehlane; wayengekho phakathi kweviyo labahlanganyela uJehova kulo iviyo likaKora; kepha wafa ngesakhe isono engenamadodana.


nowakwenzayo kuDathani naku-Abiramu amadodana ka-Eliyabe kaRubeni ukuthi umhlaba wavula umlomo wawo, wabagwinya nabendlu yabo, namatende abo, nayo yonke imfuyo eyabalandelayo phakathi kwabo bonke abakwa-Israyeli.


Maye kubo, ngokuba bahamba endleleni kaKayini, bagijimela ekudukeni kukaBalami ngenxa yomvuzo, babhubha ekuphikeni kukaKora!


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka