UNumeri 15:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 uyakunikela ngomnikelo wempuphu wokweshumi okuthathu kwempuphu ecolekileyo exovwe nenxenye yehini* lamafutha kanye neduna. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20209 ngaphezu kweduna lelo, uyoletha umnikelo wokusanhlamvu wokweshumi okuthathu kwempuphu ecolisekileyo exovwe nengxenye yehini lamafutha. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Kumelwe alethe umnikelo womlilo wezingxenye ezintathu zokweshumi zempuphu ecolekileyo exovwe nengxenye yehini lamafutha kanye nenkunzi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Wayesethi kimi: “Amakamelo asenyakatho namakamelo aseningizimu aphambi kwendawo eyahlukanisiweyo mawabe ngamakamelo angcwele, lapho abapristi abaseduze noJehova beyakudla khona okungcwelengcwele, babeke khona okungcwelengcwele, nomnikelo wempuphu, nomnikelo wesono, nomnikelo wecala, ngokuba indawo ingcwele.