Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 14:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Nina-ke, izidumbu zenu ziyakuwa kuleli hlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

32 Nina-ke, izidumbu zenu ziyakuphelela kuleli hlane.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kepha nina, izidumbu zenu, ziyakuwa ogwadule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 14:32
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalokho waphakamisa isandla sakhe ngakubo ukuba abawise ehlane,


izidumbu zenu ziyakuwa kuleli hlane, nabo bonke ababalwayo kini njengokomumo wenu wonke, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, abakhononile ngami,


Kepha phakathi kwalabo kwakungekho muntu wababebaliwe nguMose nangu-Aroni umpristi, ababala abantwana bakwa-Israyeli ehlane laseSinayi.


Ngokuba uJehova wayeshilo ngabo wathi: “Bayakufa nokufa ehlane.” Akusalanga muntu kubo ngaphandle kukaKalebi indodana kaJefune noJoshuwa indodana kaNuni.


Intukuthelo kaJehova yabavuthela abakwa-Israyeli, wabazulisa ehlane iminyaka engamashumi amane, saze saphela sonke leso sizukulwane esasenzile okubi emehlweni kaJehova.


Kepha iningi labo uNkulunkulu wayengathokozi ngabo; ngokuba bashaywa phansi ehlane.


Yibaphi-ke anengwa yibo iminyaka engamashumi amane na? Kwakungesibo abonayo, abazidumbu zabo zawa ehlane na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka