UNehemiya 4:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Sase sivusa-ke ugange; lonke ugange lwahlanganiswa kwaze kwagamanxa, ngokuba abantu babenenhliziyo yokusebenza. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 Saqhubeka nokwakha, saphumelela ukulwakha kabusha ugange lwaze lwaphakathi nendawo ubude, ngoba abantu babenomdlandla wokusebenza. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Ngakho salwakha umduli; ugange lonke lwahlanganiswa nengxenye yalo, ngokuba amadoda ayeshisekela ukusebenza. Uka jalj uñjjattʼäta |