UNehemiya 12:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Nampa abapristi namaLevi abakhuphuka noZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa: oSeraya, noJeremiya, no-Ezra, Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20201 Nampa abaphristi nabaLevi ababuya noZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa: uSeraya, uJeremiya, u-Ezra, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20241 Laba bangabapristi namaLevi abenyuka noZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa: uSeraya, noJeremiya, no-Ezra, Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngomnyaka wesibili wokufika kwabo endlini kaNkulunkulu eJerusalema ngenyanga yesibili uZerubabele, indodana kaSheyalitiyeli, noJeshuwa indodana kaJosadaki, nensali yabafowabo abapristi, namaLevi, nabo bonke abafike eJerusalema bevela ekuthunjweni baqala ukumisa amaLevi, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu ukuba babonise umsebenzi wendlu kaJehova.