Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoweli 3:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Sheshani nifike nina bezizwe zonke nxazonke, nibuthane, wehlisele khona amaqhawe akho, Jehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Sheshani nize zizwe zonke ezindaweni zonke, nihlangane ndawonye. Simakade, yehlisela amaqhawe akho lapho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Buthanani nize nina zizwe zonke, nibuthane nxazonke; makwehlele khona amaqhawe akho, Jehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoweli 3:11
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bongani uJehova nina zingelosi zakhe, nina maqhawe anamandla enenza okwezwi lakhe nilalela ukukhuluma kwezwi lakhe.


Izihlahla zehlathi ziyacatshwa ngensimbi, neLebanoni liyawa ngoNamandla.


Mina uqobo ngibayalile abangcwele bami, yebo, ngibizele amaqhawe ami okwentukuthelo yami, bona labo abami abajabula ngokuziqhenya.


Kwaphuma ingelosi kaJehova, yabulala ekamu* labase-Asiriya abayizinkulungwane eziyikhulu namashumi ayisishiyagalombili nanhlanu; sekuvukwa ngakusasa, bheka, kwakuyizidumbu ezifileyo zodwa.


ngiyakubutha zonke izizwe, ngizehlisele esigodini sikaJehoshafati, ngahlulelane nazo khona ngenxa yabantu bami nesabelo sami u-Israyeli, ezibahlakazile phakathi kwezizwe, zabela izwe lami.


Kepha azazi imicabango kaJehova, aziqondi amasu akhe, ngokuba uzibuthile njengezithungu esibuyeni.


Ngalokho, ngilindeleni,” usho uJehova, “kuze kube lusuku engivuka ngalo ukuba ngiphange, ngokuba kuyisinqumo sami ukubutha izizwe ukuba ngiqoqe imibuso, ukuze ngithulule phezu kwabo intukuthelo yami, lonke ulaka lwami oluvuthayo, ngokuba wonke umhlaba uyakudliwa ngumlilo womhawu wami.


aniphe nina enihluphekayo ukuphumula kanye nathi ekwambulweni kweNkosi uJesu, evela ezulwini, enezingelosi zamandla akhe,


Izimpi zasezulwini zamlandela zikhwele amahhashi amhlophe, zembethe ilineni elicolekileyo, elimhlophe nelihlanzekileyo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka