Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJoweli 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Khala njengentombi ebhince indwangu yamasaka ngomyeni wobusha bayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Khala njengentombi embethe indwangu eyisaka ililela umyeni wobusha bayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lila njengentombi ebhince izingubo zokulila ngenxa yomyeni wobusha bayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoweli 1:8
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

oshiya umngane wobusha bakhe, akhohlwe isivumelwano sikaNkulunkulu wakhe,


Ngalolo suku iNkosi uJehova Sebawoti yabizela ukukhala, nokulila, nobumpandla, nokubhinca indwangu yamasaka,


Qhaqhazelani nina besifazane abazinzileyo, nihlupheke nina enizethembayo; khumulani nizenze nqunu, nibhince indwangu yamasaka ezinkalweni zenu.


Awusand' ukukhala kimi ukuthi: ‘Baba, wena ungumngane wobusha bami, na?


Izindlela zaseSiyoni ziyalila ngokuba kungeziwa emikhosini emisiweyo; onke amasango achithekile, abapristi balo bayabubula; izintombi zalo ziyahlupheka, nalo linomunyu.


Ngiyakuphendula imikhosi yenu ibe ngukukhala, nezihlabelelo zenu zonke zibe yizililo, ngibeke izindwangu zamasaka ezinkalweni zonke, nobumpandla kuwo onke amakhanda, ngikwenze kube njengokulilela indodana eyodwa, ukuphela kwakho kube njengosuku olumunyu.”


“AkusiMunye osenzileyo, okusele kuye umoya wethu na? Ufunani lo Munye? Inzalo kaNkulunkulu. Ngalokho qaphelani umoya wenu ukuba ningamkhohlisi umfazi wobusha benu.


Minani nina bacebileyo; khalani, nilile ngezinhlupheko eziyakunehlela.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka