UJoshuwa 8:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UJoshuwa wasuka kanye nabo bonke abantu bempi ukuba akhuphukele e-Ayi; uJoshuwa wakhetha amadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu amaqhawe anamandla, wawathuma ebusuku. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 UJoshuwa nawo wonke amabutho bagasela e-Ayi. UJoshuwa wakhetha amabutho ayizi-30 000 wawathumela ebusuku, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 UJoshuwa nabo bonke abantu bempi bazilungiselela ukukhuphukela e-Ayi; uJoshuwa wakhetha amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamashumi amathathu, wawamukisa ebusuku. Uka jalj uñjjattʼäta |