Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 6:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Sengathi isicelo sami singenziwa, uNkulunkulu angiphe lokhu engikubhekayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 “Sengathi isicelo sami singezwakala, uNkulunkulu angiphe engikufisayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 O ukube bengingamukela isicelo sami; nokuthi uNkulunkulu uzonginika into engiyilangazelelayo!

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 6:8
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kodwa yena wahamba ibanga losuku ehlane, waya wahlala phansi konwele, wacela enhliziyweni yakhe ukuba afe, wathi: “Sekwanele; manje, Jehova, sale usuthatha umphefumulo wami, ngokuba angilungile kunawobaba.”


“Umphefumulo wami ukhathele ukuhamba kwami; ngiyazinikela ekukhaleni, ngikhulume ngomunyu womphefumulo wami.


abalinda ukufa kungafiki, abakumba kunengcebo;


abathokoza baze bethabe, bajabule, uma belithola ithuna,


Umphefumulo wami uyala ukukuthinta, kungukudla okunengekayo kimi.


Yebo, sengathi uNkulunkulu angangichoboza, athukulule isandla sakhe, anginqume.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


ngalokho, Jehova, ake ususe kimi ukuphila kwami, ngokuba kungcono kimi ukufa kunokuphila.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka