Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 4:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ukubhonga kwengonyama nezwi lebhubesi kuyaphela, namazinyo amabhongo ayaphuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Ukubhodla kwengonyama, nomsindo webhubesi, kuyathula, namazinyo amabhongo amabhubesi ayephuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ukubhonga kwengonyama nezwi lengonyama ebhongayo namazinyo amabhongo engonyama kwephukile.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 4:10
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngaphula imihlathi yowonayo, ngahlwitha impango emazinyweni akhe.


Uyasindisa enkembeni yemilomo yabo, yebo, abampofu esandleni sonamandla.


Vuka, Jehova, ungisindise, Nkulunkulu wami, ngokuba zonke izitha zami uzishayile emhlathini, amazinyo ababi uwaphulile.


Umphefumulo wami uphakathi kwezingonyama; ngilala kwabavutha umlilo, abantwana babantu abamazinyo abo ayimikhonto nemicibisholo, abalulimi lwabo luyinkemba ebukhali.


Yaphula amazinyo abo emlonyeni wabo, Nkulunkulu! Phohloza amazinyo omhlathi ezingonyama ezingamabhongo, Jehova!


Mabaphele njengamanzi agobhozayo; nxa ekhomba ngemicibisholo yakhe, mayibe sengathi iqundekile.


Kukhona isizukulwane esimazinyo aso ayizinkemba namazinyo emihlathi angomese bokuqeda abampofu emhlabeni, nabaswelayo phakathi kwabantu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka