Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 30:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bondile ngokuswela nangendlala; baququda ugwadule oluyize, olwaluyilohle nakuqala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Bondile ngenxa yokweswela nangendlala, sebeququda okomileyo, nomhlabathi oliqwaqwasi,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngenxa yokuswela nendlala baba bodwa; balekela ehlane ngezikhathi zakuqala incithakalo nezincithakalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 30:3
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, njengezimbongolo ehlane bayaphumela emisebenzini yabo befunisisa ukudla; ihlane lingukudla kwabo abakunika abantwana babo.


Yebo, namandla ezandla zabo angangisiza kanjani, abantu abaphelile iziphika, na?


Bayakha imifino kasawoti ezihlahleni; izimpande zezinwele zingukudla kwabo.


waxoshwa kubantwana babantu; inhliziyo yakhe yaba njengeyezilwane, nenhlalo yakhe yayinezimbongolo zasendle; wadliswa utshani njengezinkabi, nomzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, waze wazi ukuthi uNkulunkulu oPhezukonke ubusa imibuso yabantu, ubeka phezu kwayo amthandayo.


izwe elingabafanele bona, behamba emahlane, nasezintabeni, nasemihumeni, nasemigedeni yomhlaba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka