Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 30:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Kepha manje abancane ngeminyaka kunami bayangihleka, oyise babo engangibadelela ukuba ngingababeki naphakathi kwezinja zezimvu zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 “Manje sengihlekwa ngabancane kunami ngeminyaka, oyise engangingeke ngibabeke phakathi kwezinja ezelusa izimvu zami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kepha manje, abancane kunami bayangiklolodela, oyise babo engangibadelela ukuhlala nezinja zomhlambi wami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 30:1
17 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wenyuka lapho, waya eBethele; esenyuka endlelni, kwaphuma abafana emzini, bamklolodela, bathi kuye: “Yenyuka wena mpandlandini! Yenyuka wena mpandlandini!”


Ngiyisigcono somngane wami, ngowambiza uNkulunkulu, waphendula; olungileyo nongenasici uyisigcono.


Yebo, namandla ezandla zabo angangisiza kanjani, abantu abaphelile iziphika, na?


Abazidlayo bangihleka usulu kakhulu, kepha emthethweni wakho angichezuki.


Abahlezi esangweni bakhuluma ngami; izidakwa ziyangihaya.


Abantu bayakucindezelana, kube yilowo nalowo, yebo, yilowo nalowo nomakhelwane wakhe; abantwana bayakubhensela abadala, nabadelelekileyo abanodumo.


Abanye base beqala ukumkhafulela ngamathe nokumgubuzela ubuso nokumdushuza, bathi kuye: “Profetha.” Nezikhonzi zamthatha zammukula.


wathi kubo: “Nilethe kimi lo muntu ngokuthi ungodukisa abantu. Bhekani, mina ngimhlolile phambi kwenu, kepha angifumananga cala lalezo zinto enimmangalela ngazo;


Kepha bamemeza kanyekanye, bathi: “Susa lo, usikhululele uBaraba,”


Abantu bema, bebukela; nababusi bamklolodela bathi: “Wasindisa abanye; kazisindise yena, uma enguKristu okhethiweyo kaNkulunkulu.”


Njalo esinye sezelelesi ebeziphanyekiwe samhlambalaza sathi: “Wena awusiye uKristu na? Zisindise kanye nathi.”


Kepha abaJuda benomhawu bathatha kumabhukudwane abalisa abathile ababi, besusa isiyaluyalu phakathi kwabantu, baxokozelisa umuzi; bahlasela indlu kaJasoni befuna ukubakhiphela kubantu;


Omunye kubona, umprofethi wakubo, washo wathi: “AbaseKrethe bangabaqambimanga njalo, izilwane ezimbi, iziminzi ezivilaphayo.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka