UJobe 3:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ubusuku lobo isigayegaye masibubambe; mabungajabuli phakathi kwezinsuku zomnyaka, bungangeni phakathi komumo wezinyanga. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 Lobo busuku mabubanjwe yisigayegaye sobumnyama, bungathokozi phakathi kwezinsuku zonyaka, lungabalwa phakathi kwezinsuku zenyanga. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Kepha ngalobo busuku, mabumehlele; makungahlanganiswa nezinsuku zomnyaka, kungangeni esibalweni sezinyanga. Uka jalj uñjjattʼäta |