Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 3:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Lapho nabancane nabakhulu bayafanana; isigqila sikhululekile enkosini yaso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

19 Lapho abancane nabakhulu befana; isigqila sikhululekile kumniniso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Abancane nabakhulu bakhona; lenceku ikhululekile enkosini yayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 3:19
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Balala phansi othulini kanyekanye; izimpethu ziyabasibekela.


Amagabade asesigodini ayakuba mnandi kuye; bonke abantu bayakudonswa emva kwakhe, njengokuba bengenakubalwa nababe phambi kwakhe.


Lapho iziboshwa ziyatabhaya kanyekanye; azizwa izwi labazicindezelayo.


“Odiniweyo unikelwani ukukhanya nabanomunyu emphefumulweni ukuphila;


Ngokuba ngiyazi ukuthi ungiyisa ekufeni nasendlini yokubuthana kwabaphilayo bonke.


abantukazana nezikhulu, abacebileyo nabampofu.


nalapho abantu besaba imimango izesabiso zibe sendleleni, umalimondi* ukhahlele, intethe itotobe, izithelo zesihlahla sekaphari* zingabe zisaba namandla, ngokuba umuntu useya endlini yakhe ephakade, nabalilayo bazulazula esitaladini;


uthuli lubuyele emhlabathini, njengokuba lwalunjalo, umoya ubuyele kuNkulunkulu owawunikayo.


Akukho muntu onamandla phezu komoya ukuba awuthiye, futhi akakho obusa phezu kosuku lokufa; ukukhululwa akukho empini, nobubi abunakukhulula umninibo.


Futhi njengalokhu kumiselwe abantu ukuba bafe kanye, emva kwalokhu ukwahlulelwa,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka