Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 21:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Bhekani, inhlanhla yabo ayisesandleni sabo; icebo lababi malibe kude nami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Bhekani, impumelelo yazo isezandleni zazo; izeluleko zezikhohlakali zikude nami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Bheka, okuhle kwabo akukho esandleni sabo; icebo lababi likude nami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 21:16
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ungangeni emkhandlwini wabo, mphefumulo wami; ungahlangani nebandla labo, nhliziyo yami, ngokuba ngolaka lwabo babulala abantu; ngobudlova babo basika izinkabi umsipha.


wathi: “Ngaphuma ngize esizalweni sikamame; ngiyakubuyela khona ngize; uJehova wapha, uJehova uthathile; malibongwe igama likaJehova.”


Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, ukhanye phezu kwamasu ababi, na?


Kepha nguye owayegcwalisa izindlu zabo ngokuhle. Amasu ababi akude nami.


Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeziluleko zababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali enkundleni yabaklolodayo,


Ndodana yami, uma izoni zikuyenga, ungavumi.


Dedisela kude naye indlela yakho, ungasondeli emnyango wendlu yakhe,


Akukho muntu onamandla phezu komoya ukuba awuthiye, futhi akakho obusa phezu kosuku lokufa; ukukhululwa akukho empini, nobubi abunakukhulula umninibo.


Wambiza, wathi kuye: ‘Kuyini lokhu engikuzwa ngawe na? Landa ngobuphathi bakho, ngokuba ungebe usaba ngumphathi.’


“Kepha u-Abrahama wathi: ‘Ndodana, khumbula ukuba wamukela okuhle kwakho usesekuphileni noLazaru kanjalo okubi; kodwa manje uyaduduzwa yena lapha, wena uyahlushwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka