Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 19:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ungidilizile nxazonke, sengimukile; usiphulile ithemba lami njengomuthi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Ungidilizele phansi nxazonke, ngaphela nya, ithemba lami ulisiphule njengesihlahla.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wangibhubhisa nxazonke, ngahamba, wasusa ithemba lami njengomuthi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 19:10
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, uyadiliza, kungabe kusakhiwa; uyavalela umuntu, kungabe kusavulwa.


amanzi ayagubha amatshe; ukuphuphuma kwawo kuyakhukhula uthuli lomhlaba; kanjalo uyachitha nethemba lomuntu.


Imihla yami isidlulile, amasu ami anqunyiwe kanye nemicabango yami yenhliziyo.


liphi, pho, ithemba lami na? Yebo, ithemba lami, ngubani oyakulibona na?


Wayesephuma uSathane ebusweni bukaJehova, wamshaya uJobe ngamathumba amabi, kusukela ematheni onyawo kuze kufike okhakhayini.


Isizalo siyamkhohlwa; izimpethu ziyamsobozela; akasayikukhunjulwa; ukungalungi kuyaphulwa njengomuthi.


Ayini amandla ami ukuba ngingaze ngethembe na? Ukuphela kwami kuyini ukuba ngingaze ngibekezele na?


“Imihla yami iyashesha kunesaluko, iphela ingenathemba.


Izinsuku zami zinjengethunzi elandayo; mina uqobo ngiyabuna njengotshani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka