UJobe 12:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Esandleni sakhe ukhona umphefumulo wakho konke okuphilayo, nomoya wenyama yabantu bonke. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202010 Esandleni sakhe kukhona imiphefumulo yakho konke okuphilayo, kanjalo nomoya wabo bonke abaphilayo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202410 Osesandleni sakhe umphefumulo wezidalwa zonke eziphilayo kanye lomoya wabo bonke abantu. Uka jalj uñjjattʼäta |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.