UGenesise 8:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Kepha ijuba lalingafumani ukuphumula kwamathe onyawo lwalo, labuyela kuye emkhunjini, ngokuba amanzi ayesesebusweni bomhlaba wonke; waselula isandla sakhe, walithatha, walingenisa kuye emkhunjini. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20209 Kepha ijuba kalitholanga ndawo elalingahlala kuyo. Landiza labuyela emkhunjini, uNowa welula isandla walingenisa ngaphakathi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20249 Kodwa ijuba alifumananga indawo yokuphumula yamathe onyawo lwalo, labuyela kuye emkhunjini, ngokuba amanzi ayesesemhlabeni wonke; wayeselula isandla sakhe, walithatha, walidonsela emkhunjini kanye naye. Uka jalj uñjjattʼäta |