Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 8:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Amanzi ancipha njalonjalo, kwaze kwaba senyangeni yeshumi. Ngeyeshumi ngolokuqala lwenyanga iziqongo zezintaba zabonakala.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Amanzi aya ngokuya ehla. Kwathi lulunye ngenyanga yeshumi, kwaqala kwabonakala iziqongo zezintaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Amanzi ancipha kwaze kwaba yinyanga yeshumi; ngenyanga yeshumi, ngolokuqala lwenyanga, kwabonakala iziqongo zezintaba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 8:5
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuhamba kukaNowa ngenyanga yesibili ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku imithombo yonke yotwa yabhoboka, namafasitele asezulwini avuleka.


Amanzi ayesemuka njalo emhlabeni; emva kwezinsuku eziyikhulu namashumi ayisihlanu amanzi ancipha.


Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lweshumi nesikhombisa enyangeni umkhumbi wema ezintabeni zase-Ararati.


Kwathi emva kwezinsuku ezingamashumi amane uNowa wavula ifasitele lomkhumbi abelenzile.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka