Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 24:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kepha uma owesifazane engathandi ukukulandela, uyobe ukhululekile kulesi sifungo sami; kodwa ungabuyiseli khona indodana yami.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Uma owesifazane lowo engathandi ukubuya nawe, uyobe ukhululekile kulesi sifungo engikufungise sona. Inqobo nje uma ungayibuyiselanga lapho indodana yami.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Uma owesifazane engathandi ukukulandela, wosusa lesi sifungo sami; kuphela ungayibuyiseli khona indodana yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 24:8
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lapho uyobe ukhululekile esifungweni sami, nxa ufika ezihlotsheni zami; noma bengamniki kuwe, uyobe usukhululekile esifungweni sami.’


kepha uma uyise emalela ngosuku akuzwa ngalo, akuyikuma nesisodwa sezithembiso zakhe nesezibopho zakhe abophe ngazo umphefumulo wakhe; uJehova uyakumthethelela, ngokuba uyise umalele.


kepha uma indoda yakhe imalela ngosuku ekuzwa ngalo, iyakwenza ize isithembiso sakhe esiphezu kwakhe nokuphahlukiwe ngumlomo wakhe abophe ngakho umphefumulo wakhe, uJehova amthethelele.


niyakulazi iqiniso, neqiniso liyakunikhulula.”


Yena wathi: “Madoda, bazalwane, nani bobaba, lalelani. UNkulunkulu wenkazimulo wabonakala kubaba u-Abrahama eseMesopotamiya, engakakhi eHarana,


Siyakwenza lokho kubo, sibayeke baphile, funa sehlelwe lulaka ngenxa yesifungo esasifunga kubo.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka