Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 21:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 U-Abrahama wayeneminyaka eyikhulu, lapho ezalelwa u-Isaka indodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 U-Abhrahama wayeseneminyaka eyikhulu ngesikhathi kuzalwa u-Isaka indodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 U-Abrahama wayeneminyaka eyikhulu mhla ezalelwa u-Isaka indodana yakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 21:5
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesithupha mhla uHagari emzalela u-Abrama u-Ishmayeli.


U-Abrama eneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye uJehova wabonakala ku-Abrama, wathi kuye: “NginguNkulunkulu uSomandla; hamba phambi kwami ungenacala.


U-Abrahama wayesewa ngobuso bakhe, wahleka, wathi enhliziyweni yakhe: “Oneminyaka eyikhulu uyakuzalelwa na? USara oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye uyakuzala na?”


U-Abrahama wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye mhla esokwa enyameni yejwabu lakhe.


Emva kwalokho kwaphuma umfowabo, isandla sakhe sibambelele esithendeni sika-Esawu; igama lakhe labizwa ngokuthi uJakobe;* u-Isaka wayeneminyaka engamashumi ayisithupha ekuzalweni kwabo.


Makaqalekiswe umuntu owabika kubaba, ethi: “Uzalelwe umntwana wesilisa,” emthokozisa nokumthokozisa.


engabanga buthakathaka ekukholweni wabona umzimba wakhe obusufa, eneminyaka engaba ngeyikhulu, nesizalo sikaSara sifile;


kanjalo kwathi esebekezele, wakuzuza okwathenjiswayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka