Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 12:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wayesesuka u-Abrama, njengalokho uJehova emtshelile; uLoti wahamba naye; u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu mhla ephuma eHarana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 U-Abhrama wayeneminyaka engama-75 ngesikhathi eqala uhambo lwakhe njengalokhu uSimakade ayemtshelile; wahamba noLothi, balifulathela iHarana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 U-Abrama wayesesuka, njengalokho uJehova eshilo kuye; uLoti wahamba naye, u-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisikhombisa nanhlanu ekuphumeni kwakhe eHarana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 12:4
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lezi ziyizizukulwane zikaThera. UThera wazala o-Abrama, noNahori, noHarana; uHarana wazala uLoti.


UThera wathatha u-Abrama indodana yakhe, noLoti indodana kaHarana, indodana yendodana yakhe, noSarayi umalokazana wakhe, umka-Abrama indodana yakhe, waphuma nabo e-Uri lamaKaledi ukuya ezweni laseKhanani; bafika eHarana, bakha khona.


Naye uLoti owahamba no-Abrama wayenezimvu, nezinkomo, namatende.


U-Abrama wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nesithupha mhla uHagari emzalela u-Abrama u-Ishmayeli.


USarayi, umka-Abrama, wathatha uHagari waseGibithe, incekukazi yakhe, wamnika u-Abrama indoda yakhe abe ngumkakhe, u-Abrama esehlalile iminyaka eyishumi ezweni laseKhanani.


Lezi ziyizinsuku zeminyaka yokuhamba kuka-Abrahama azihambayo: iminyaka eyikhulu namashumi ayisikhombisa nanhlanu.


UJakobe wayesemuka eBeri Sheba, waya eHarana.


“Khona waphuma ezweni lamaKaledi, waya wakha eHarana. Kwathi esefile uyise, uNkulunkulu wamsusa lapho, wamhlalisa kuleli zwe enakhe kulo nina manje.


Ngokukholwa u-Abrahama walalela ebizwa ukuba aphume aye endaweni abezakuyamukeliswa ibe yifa lakhe; waphuma engazi lapho eya khona.


kanjalo kwathi esebekezele, wakuzuza okwathenjiswayo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka