Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 10:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Amadodana kaHamu: ngoKushe, noMisirayimi, noPhuthi, noKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Amadodana kaHamu kwakunguKhushe, uMizirayimi, uPhuthi, noKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Amadodana kaHamu: Ugu, iMizraimi, iPhuthi neKhanani.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 10:6
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuvela kulabo iziqhingi zabezizwe zahlukaniselwa amazwe abo, kwaba yilelo nalelo ngolimi lwalo, nangemindeni yalo, nangezizwe zalo.


Igama leyesibili linguGihoni; yiyo ezungeza lonke izwe laseKushe.


UNowa wahamba iminyaka engamakhulu ayisihlanu; uNowa wazala oShemi, noHamu, noJafete.


Amadodana kaNowa aphuma emkhunjini ayengoShemi, noHamu, noJafete; uHamu wayenguyise kaKhanani.


UHamu uyise kaKhanani wabona ubunqunu bukayise, watshela abafowabo bobabili bengaphandle.


Bafumana idlelo elivundileyo nelihle; izwe lalibanzi nxazombili, lizolile, linokuthula, ngokuba ababehlala khona kuqala babe ngabakwaHamu.


U-Israyeli wayesefika eGibithe, uJakobe wagogobala ezweni likaHamu.


Benza phakathi kwabo izibonakaliso zakhe nezimangaliso ezweni likaHamu.


izimangaliso ezweni likaHamu nokwesabekayo ngaseLwandle Olubomvu.


Washaya amazibulo onke aseGibithe, okokuqala kwamandla abo ematendeni kaHamu.


Kuyakuthi ngalolo suku iNkosi ibuye yelule isandla sayo ngokwesibili ukuzuza insali yabantu bayo eyakusala e-Asiriya, naseGibithe, nasePhatirosi, naseKushe, nase-Elamu, naseShineyari, naseHamati, naseziqhingini zolwandle.


Yenyukani, mahhashi, nihlanye, zinqola, aphume amaqhawe: oKushe noPhuthi ababambe izihlangu, namaLudi abambe ensala umnsalo.


“ ‘AbasePheresiya noLude noPhuthi babe sempini yakho, amadoda empi yakho; baphanyeka izihlangu nezigqoko kuwe; baveza ubuhle bakho.


iPheresiya, neKushe, noPhuthi kukanye nabo, bonke benezihlangu nezigqoko zensimbi,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka