Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 1:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UNkulunkulu wenza umkhathi, wahlukanisa amanzi aphansi komkhathi namanzi aphezu komkhathi; kwaba njalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

7 UNkulunkulu wenza umkhathi wokwehlukanisa amanzi aphansi kwawo naphezu kwawo. Kwaba njalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UNkulunkulu wenza umkhathi futhi wahlukanisa amanzi angaphansi komkhathi namanzi angaphezu komkhathi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 1:7
15 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: “Umhlaba mawuveze utshani, nemifino ethela imbewu, nemithi yezithelo ethela izithelo ngezinhlobo zayo, ekuyo imbewu yayo, emhlabeni,” kwaba njalo.


zibe yizinkanyiso emkhathini wezulu zokukhanyisa emhlabeni,” kwaba njalo.


UNkulunkulu wathi: “Umhlaba mawuveze izilwane eziphilayo ngezinhlobo zazo, izinkomo, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezilo zomhlaba ngezinhlobo zazo,” kwaba njalo.


UNkulunkulu wabiza umkhathi ngokuthi izulu. Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lwesibili.


UNkulunkulu wathi: “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqekele ndawonye, kubonakale umhlabathi owomileyo,” kwaba njalo.


Ubopha amanzi emafwini akhe; ifu alidabuki phansi kwawo.


Uthumela imithombo ezigodini; yona igijima phakathi kwezintaba.


owenzile izulu ngokuhlakanipha, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Mdumiseni nina mazulu amazulu, nina manzi aphezu kwezulu.


Amazulu ayalanda ngenkazimulo kaJehova, nomkhathi ushumayela umsebenzi wezandla zakhe.


Usuku luyalandisa usuku inkulumo, nobusuku bushumayeza ubusuku ukwazi.


Uma amafu egcwele imvula, ayayithulula emhlabeni; futhi uma kuwa umuthi ngaseningizimu noma ngasenyakatho, endaweni lapho uwa khona umuthi, uyakuba lapho.


Kepha abantu bamangala, bathi: “Unjani lo ukuba nomoya nolwandle kumlalele na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka