Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 21:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uma singena sisodwa, siyakuphuma sisodwa; uma siganiwe, umkaso uyakuphuma naso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

3 Uma sifike sisodwa, siyakuphuma sisodwa, uma sifike sesiganiwe siyakuhamba nomkaso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uma ingene yodwa, kumelwe iphume yodwa; uma ishadile, umkayo makaphume nayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 21:3
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Uma uthenga isigqila esingumHeberu, siyakusebenza iminyaka eyisithupha; ngowesikhombisa siyakuphuma sikhululekile ngesihle.


Uma inkosi yaso isinika umfazi, yena esizalela amadodana noma amadodakazi, umfazi nabantwana bakhe bayakuba ngabenkosi yakhe, sona siphume sodwa.


“Uma umuntu ethengisa ngendodakazi yakhe, ibe yisigqilakazi, ayiyikuphuma njengalokhu ziphuma izigqila.


andukuba aphume kuwe, yena nabantwana bakhe kanye naye, abuyele kwabomndeni wakhe, abuyele nasefeni lawoyise.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka