UDuteronomi 4:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE32 “Ngokuba ake ubuze izinsuku ezidlulileyo ezaziphambi kwakho, kusukela osukwini uNkulunkulu adala ngalo umuntu emhlabeni, kusukela kolunye uhlangothi lwezulu kuze kufike kolunye, uma kwake kwaba khona into engaka nokuba kwake kwezwakala okungangayo na? Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202032 “Ake ubuze izinsuku ezidlulileyo ezaziphambi kwakho, kusukela osukwini uNkulunkulu adala ngalo abantu emhlabeni, kusukela kolunye uhlangothi lwezulu kuze kufike kolunye, ukuthi kukhona yini okufana nale nto engaka okwake kwenzeka, futhi kukhona yini okwake kwezwakala okufana nakho na? Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202432 Manje buzani ezinsukwini ezidlule, ezazingaphambi kwenu, kusukela osukwini uNkulunkulu adala ngalo umuntu emhlabeni, futhi nibuze kusukela kolunye uhlangothi lwezulu kuze kufike kolunye uhlangothi, uma kukhona into enjengalena enkulu, noma ingabe kakade yezwa? Uka jalj uñjjattʼäta |
Yisiphi isizwe nesisodwa emhlabeni esinjengabantu bakho u-Israyeli, uNkulunkulu ayakuzihlengela bona ukuba babe ngabantu bakhe, azenzele igama, anenzele nina izinto ezinkulu, alenzele izwe lakini izinto ezesabekayo phambi kwabantu bakho owazihlengela bona eGibithe ezizweni nakubo onkulunkulu bazo, na?