UDuteronomi 21:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 abapristi, amadodana kaLevi, bayakusondela, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho ubakhethile ukuba bamkhonze, babusise egameni likaJehova; ngezwi labo konke ukuxabana nokushaya kuyakunqunywa; Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20205 Abaphristi, amadodana kaLevi, bayosondela, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho ubakhethile ukuba bamkhonze, babusise egameni likaSimakade; yibona abayokhipha isinqumo mayelana nakho konke ukuxabana nokulwa. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Abapristi, amadodana kaLevi, kumelwe basondele; ngokuba bamkhethile uJehova uNkulunkulu wenu ukuba bamkhonze, babusise egameni likaJehova; futhi ngezwi labo kuyovivinywa konke ukuxabana nakho konke ukuhlasela. Uka jalj uñjjattʼäta |
Wayesethi kimi: “Amakamelo asenyakatho namakamelo aseningizimu aphambi kwendawo eyahlukanisiweyo mawabe ngamakamelo angcwele, lapho abapristi abaseduze noJehova beyakudla khona okungcwelengcwele, babeke khona okungcwelengcwele, nomnikelo wempuphu, nomnikelo wesono, nomnikelo wecala, ngokuba indawo ingcwele.