Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 15:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Nansi indlela yoyekelo: Yilowo nalowo otshelekileyo uyakuyekela lokho akutshelekile umakhelwane wakhe; akayikukubiza kumakhelwane wakhe nakumfowabo, ngokuba uyekelo lukaJehova lumenyezelwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Nansi indlela eniyolwenza ngayo: yilowo nalowo otsheleka umakhelwane noma umfowabo okuthile, uyokuyeka angabe esakubiza kuye, ngokuba kuyobe sekumenyezelwe uyekelelo lukaSimakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Nansi indlela yokukhululwa: Yilowo nalowo otshelekayo oboleka umakhelwane wakhe uyakumkhulula; akayikufuna kumakhelwane wakhe noma kumfowabo; ngoba kuthiwa yinsindiso kaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 15:2
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

nokuba lapho abantu bezwe beletha impahla, noma uhlobo oluthile lwamabele ngosuku lwesabatha ukuba bathengise ngakho, singathengi kubo ngesabatha nangosuku olungcwele, futhi siwuyeke umnyaka wesikhombisa nazo zonke izikwenetu.


Bathi: ‘Sizileleni ukudla, ungaboni, na?’ ‘Sizihlupheleni izinhliziyo zethu, ungakwazi, na?’ “Bhekani, ngosuku lokuzila kwenu niyaqhuba umsebenzi, nicindezele zonke izisebenzi zenu.


usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanecala kithi;


Bengenanto yokukhokha, wabayekela bobabili. Ngumuphi kubo konje oyakumthanda kakhulu na?”


“Ngasekugcineni kweminyaka eyisikhombisa njalo uyakwenza uyekelo.


Kowezizwe ungakubiza, kepha noma yikuphi okwakho okukumfowenu, lokho isandla sakho siyakukuyekela.


UMose wabayala wathi: “Ngasekugcineni kweminyaka eyisikhombisa njalo, ngesikhathi esinqunyiweyo somnyaka woyekelo ngomkhosi wamadokodo,


Ngokuba ukwahlulelwa okungenasihawu kuyakumehlela ongenzi isihawu; isihawu sizigabisa ekwahlulelweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka