Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 1:46 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Nase nihlala eKadeshi izinsuku eziningi njengezinsuku enazihlala khona.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

46 Nahlala eKadeshi izinsuku eziningi, nilokhu nihlezi khona.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Nahlala izinsuku eziningi eKadeshi njengezinsuku enazihlala khona;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 1:46
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ama-Amaleki namaKhanani akhile esigodini; jikani kusasa, ningene ehlane ngasendleleni eya eLwandle Olubomvu.”


Njengokomumo wezinsuku enahlola ngazo izwe, izinsuku ezingamashumi amane, umnyaka ngosuku, niyakuthwala ububi benu, yebo, iminyaka engamashumi amane, nize nazi ukuthi kunjani uma ngimelana nani.’


Abantwana bakwa-Israyeli, yonke inhlangano, bafika ehlane laseSini ngenyanga yokuqala; abantu bahlala eKadeshi; uMiriyamu wafela khona, wembelwa khona futhi.


Basuka eKadeshi; abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yonke, bafika entabeni yaseHori.


“Izinsuku esahamba ngazo sisuka eKadeshi Barineya saze sawela umfula iZeredi zaziyiminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili, kwaze kwaphela isizukulwane samadoda empi phakathi kwekamu,* njengalokho uJehova afunga kuwo.


“Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho ukubusisile emsebenzini wonke wesandla sakho; ukwazile ukuhamba kwakho kuleli hlane elikhulu; nakule minyaka engamashumi amane uJehova uNkulunkulu wakho waba nawe, awuswelanga lutho.


Lapho bekhala kuJehova, wabeka ubumnyama phakathi kwenu nabaseGibithe, waluhambisa ulwandle phezu kwabo, wabasibekela; amehlo enu abona engakwenzayo eGibithe; nahlala ehlane izinsuku eziningi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka