Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDaniyeli 5:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Ngenxa yamazwi enkosi nawezinduna zayo kwase kungena inkosikazi endlini yedili; inkosikazi yakhuluma yathi: “Mana njalo, nkosi; imicabango yakho mayingakwesabisi, kungaguquki ukucwebezela kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Ngenxa yamazwi enkosi nawezinduna zayo kwase kungena indlovukazi endlini yedili, yakhuluma yathi: “Mana njalo, nkosi; imicabango yakho mayingakwesabisi, kungaguquki ukucwebezela kwakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Indlovukazi, ngenxa yamazwi enkosi nezikhulu zayo, yangena endlini yedili; indlovukazi yakhuluma yathi: O nkosi, phila phakade;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDaniyeli 5:10
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesekhothama uBati Sheba, ubuso bakhe bubheke phansi, wakhuluma enkosini, wathi: “Mana njalo, nkosi yami, nkosi Davide.”


Kepha ningabaqambimanga; niyizinyanga ezingelutho nonke.


“Pho, ningiduduzelani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso nje, na?”


Ayesekhuluma amaKaledi enkosini ngesi-Aramu, athi: “Mana njalo, nkosi; yisho ezincekwini zakho iphupho, thina sibonise incazelo.”


Athatha athi kuNebukadinesari inkosi: “Mana njalo, nkosi.


Kwase kuguquka ukucwebezela kwayo, nemicabango yayo yayesabisa, zaxhega izinyonga zokhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


UDaniyeli wathi enkosini: “Mana njalo, nkosi.


Base bebuthana labo bongameli nezikhulu enkosini, basho kanje kuyo, bathi: “Mana njalo, nkosi Dariyu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka