IsiHlabelelo seziHlabelelo 5:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngamvulela-ke othandiweyo wami, kepha othandiweyo wami ubephendukile, wamuka; umphefumulo wami wawuphela ngokukhuluma kwakhe, ngamfuna, kepha angamthola; ngambiza, kodwa akaphendula. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20206 Ngamvulela othandiweyo wami, kodwa othandiweyo wami wayesejike wahamba, umphefumulo wami wephuka lapho esephendukele eceleni, ngamfuna kodwa ngangamthola, ngambiza, akaze angiphendula. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Ngamvulela othandiweyo wami; kepha othandiweyo wami wasuka, wahamba; umphefumulo wami waphela amandla lapho ekhuluma; Ngambiza, kodwa akangiphendulanga. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.